Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




URuthe 4:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 UBhowazi wayesethi emadodeni amadala nakubantu bonke: “Ningofakazi namuhla bokuthi ngithenge konke okungokuka-Elimeleki nakho konke okungokukaKiliyoni nokukaMagiloni esandleni sikaNawomi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 UBowazi wayesethi kumalunga nakubantu bonke: “Ningofakazi namuhla ukuthi ngithengile konke okwakungokuka-Elimeleki, nakho konke okwakungokukaKiliyoni nokukaMahaloni esandleni sikaNawomi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Wathi kumalunga nakubo bonke abantu ababelapho: “Namhlanje ningofakazi bokuthi ngikuthenge konke okuka-Elimelekhi nalokho okwakungokukaKhiliyoni noMahaloni obekusesandleni sikaNawomi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




URuthe 4:9
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Cha, nkosi yami, ngilalele; isiqephu sezwe ngiyakukunika lona, nomhume okuso ngiyakukunika wona; phambi kwamadodana abantu bami ngiyakunika lona; ngcwaba ofileyo wakho.


Igama lalowo muntu lalingu-Elimeleki, igama lomkakhe lalinguNawomi, namagama amadodana akhe amabili ayengoMagiloni noKiliyoni, ama-Efrata aseBetlehema Juda. Bafika ezweni lakwaMowabi, bahlala khona.


Futhi ngathenga uRuthe, umMowabi, umkaMagiloni, ukuba abe ngumkami, ukuze ngivuse igama lofileyo efeni lakhe, ukuze igama lofileyo linganqunywa phakathi kwabafowabo naphakathi kwabafowabo. Isango lendawo yakhe: ningofakazi namuhla.


Ngakho inceku yathi kuBhowazi: Zithengele yona. Ngakho ukhumula isicathulo sakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ