Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




URuthe 2:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 Ngakho wanamathela emadodakazini kaBowazi ukukhothoza, kwaze kwaba sekupheleni kokuvunwa kwebhali nokuvunwa kukakolweni; wahlala noninazala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Wayesenamathela-ke kuwo amantombazana kaBowazi ukukhothoza kwaze kwaba sekugcineni kokuvunwa kwebhali* nokukakolweni; wahlala-ke noninazala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

23 URuthi wanamathela ezincekukazini ezazivunela uBhowazi, wakhothoza kwaze kwaba sekugcineni kokuvunwa kwebhali nokolo; wayesehlala noninazala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




URuthe 2:23
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ifilakisi nebhali kwase kubhulwa, ngokuba ibhali lase liyisikhwebu, nefilakisi laliyithumba.


Indodana ehlakaniphileyo ilalela ukulaya kukayise, kepha isideleli asikuzwa ukusolwa.


Ohamba nabahlakaniphileyo uyakuhlakanipha, kepha umngane weziwula uyabhubha.


Kwathi uPetro esegcekeni ngaphansi, kwafika enye yezincekukazi zomphristi omkhulu.


Ningakhohliswa; ukujwayelana nababi konakalisa ukuziphatha okuhle.


Kumelwe uzibalele amasonto ayisikhombisa; qala ukubala amasonto ayisikhombisa kusukela lapho uqala ukwendlala isikela ezinhlangeni.


Wayesebuya uNawomi, noRuthe wakwaMowabi, umalokazana wakhe, ababebuyile ezweni lakwaMowabi; bafika eBetlehema ekuqaleni kokuvunwa kwebhali.


UNawomi wayesethi kuRuthe umalokazana wakhe: “Kuhle, ndodakazi yami, ukuba uphume nezincekukazi zakhe, funa bahlangane nawe kwenye insimu.


Wayesethi uNawomi uninazala kuye: “Ndodakazi yami, angiyikukufunela ukuphumula ukuba kube kuhle kuwe na?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ