URuthe 1:19 - Contemporary Zulu Bible 202419 Base behamba bobabili baze bafika eBetlehema. Futhi lapho befika eBhetlehema, umuzi wonke waxokozela, wathi: Ingabe lo uNawomi? အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE19 Base behamba bobabili baze bafika eBetlehema. Kwathi sebefikile eBetlehema, wonke umuzi wanyakaziswa, bathi: “Lo unguNawomi na?” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202019 Bahamba-ke bobabili baze bayofika eBhethlehema. Kuthe sebefikile eBhethlehema, umuzi wonke wanyakaza ngokufika kwabo. Abantu base bethi: “Kungabe nguNawomi lona, na?” အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |