Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




URuthe 1:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Wathi: “Bheka, umnakwenu usebuyele kubantu bakubo nakonkulunkulu bakubo; buyela emuva ulandele umakoti wakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Wathi: “Bheka, umnakwenu usebuyele kwabakubo nakunkulunkulu wakhe; buya nawe, umlandele umnakwenu.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

15 UNawomi wathi kuye: “Uyabona ukuthi umnakwenu usephindele kwabakubo nakonkulunkulu bakhe, nawe mlandele ubuyele kwabakini.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




URuthe 1:15
16 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UElija wasesithi kuElisha: Hlala lapha; ngoba uJehova ungithumile eBhetheli. U-Eliza wathi kuye: Kuphila kukaJehova nokuphila komphefumulo wakho, angiyikukushiya. Ngemva kwalokho behlela eBhetheli.


Labo abaphambukela ezindleleni zabo eziyisigwegwe, uJehova uyakubahola kanye nabenzi bobubi, kepha ukuthula kube phezu kuka-Israyeli.


Amazwi omlomo wakhe angububi nenkohliso; wayeka ukuhlakanipha nokwenza okuhle.


Nabahlubukayo kuJehova; nalabo abangazange bamfune uJehova futhi abangabuzanga kuye.


Wathi kuye: “Angiyikuhamba; kepha ngiyakumuka, ngiye ezweni lakithi nasemndenini wami.


Base besondela emzaneni ababeya kuwo; yena wenza sengathi udlulela phambili.


Kepha olungileyo uyakuphila ngokukholwa; kepha uma ehlehla nyovane, umphefumulo wami awuyikuthokoza ngaye.


Uma kukubi emehlweni enu ukumkhonza uJehova, zikhetheleni namuhla ukuthi ngubani eniyakumkhonza; noma onkulunkulu ababakhonzayo oyihlo ababephesheya komfula, nonkulunkulu bama-Amori enihlala ezweni lawo; kepha mina nendlu yami siyakumkhonza uJehova.


UJoshuwa wayesethi kubantu: “Aninakumkhonza uJehova, ngokuba unguNkulunkulu ongcwele; unguNkulunkulu onomhawu; kayikuthethelela iziphambeko zenu lezono zenu.


Baphuma kithi, kodwa babengesibo abakithi; ngoba uba babengabakithi, ngabe bahlala lathi;


Aniyikuthatha yini lokho unkulunkulu wenu uKamose akunika khona ukuba ukudle? Yilowo nalowo uJehova uNkulunkulu wethu amxoshayo phambi kwethu, siyakumdla.


Basebephakamisa izwi labo, bakhala futhi, u-Orpa wamanga uninazala; kodwa uRuthe wamgcina.


URuthe wasesithi: Ungangincengi ukuthi ngikutshiye, ngibuye ngikulandele; ngokuba lapho uya khona, ngiyakuya khona nami; nalapho nilala khona, nami ngiyakulala khona; abantu bakini bayakuba ngabantu bami, noNkulunkulu wakho abe nguNkulunkulu wami.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ