Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNumeri 9:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Lawo madoda athi kuye: “Singcolisiwe ngesidumbu somuntu; sivinjelwani ukuba singanikeli umhlatshelo weNkosi phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli ngesikhathi sayo esimisiweyo na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Lawo madoda athi kuye: “Singcolisiwe yisidumbu somuntu; sivinjelelwani ukunikela ngomnikelo kaJehova ngesikhathi sawo esinqunyiweyo phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

7 Labo bantu bathi kuye: “Singcoliswe yisidumbu somuntu; kungani sivinjelwa ukuletha umnikelo kaSimakade ngesikhathi esimisiweyo phakathi kwabantu bakwa-Israyeli na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNumeri 9:7
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

nithi: Lona ungumhlatshelo wephasika likaJehova owadlula ngasezindlini zabantwana bakwa-Israyeli eGibithe lapho enqoba abaseGibithe, esindisa izindlu zethu. Abantu bagebisa amakhanda abo, bakhuleka.


Abantwana bakwa-Israyeli mabagcine iphasika ngesikhathi salo esimisiweyo.


Kwakukhona amadoda athile ayengcoliswe isidumbu somuntu, kangangokuthi ayengenakwenza iphasika ngalolo suku; bahamba phambi kukaMose no-Aroni ngalolo suku.


Wayesethi uMose kubo: “Yimani, ngizwe ukuthi uJehova uyakuyala ngani.


Ngakho uzahlabela uJehova uNkulunkulu wakho iphasika endaweni yezimvu leyenkomo endaweni uJehova azayikhetha ukuthi abeke khona ibizo lakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ