Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNumeri 5:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Yisho kubantwana bakwa-Israyeli, uthi: ‘Uma owesilisa noma owesifazane enza noma yisiphi isono umuntu ona ngaso, enze isono kuJehova, lowo muntu abe necala;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 “Yisho kubantwana bakwa-Israyeli, uthi: ‘Nxa owesilisa noma owesifazane enza isono esenziwa ngabantu ukuphambeka kuJehova, lowo muntu abeseba necala,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

6 “Yisho kubantu bakwa-Israyeli, uthi kubo: ‘Uma owesilisa noma owesifazane benza isono esivame esintwini sonke, baphambuke kuSimakade, lowo muntu uyoba necala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNumeri 5:6
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uma ungenakuletha iwundlu, uyakuletha amahobhe amabili noma amaphuphu amabili amajuba kuJehova ngenxa yesiphambeko sakhe osenzile; elinye libe ngumnikelo wesono, elinye libe ngumnikelo wokushiswa.


Bafika kubantwana bakwaRubeni nakubantwana bakwaGadi nasenxenyeni yesizwe sakwaManase ezweni lakwaGileyadi, bakhuluma kubo, bathi:


UJoshuwa wayesethi ku-Akani: “Ndodana yami, mnike uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli inkazimulo, uvume kuye; manje ngitshele okwenzileyo; ungangifihleli.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ