Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNumeri 4:26 - Contemporary Zulu Bible 2024

26 nezilenge zegceke, nezilenge zomnyango wesango legceke elingasetabernakele nase-altare nxazonke, nezintambo zazo, nezinto zonke zenkonzo yabo, nakho konke okwakhelwe kona. Bona: kanjalo bayakukhonza.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 nezilenge zegceke, neveli lomnyango wesango legceke elingasetabernakele* nangase-altare nxazonke, nezintambo zakho, nezinto zonke zokukhonza kwabo; nakho konke okwenzelwa zona bayakukwenza.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

26 amakhethini asegcekeni, isihenqo somnyango wesango legceke elingasethabanakelini nase-althare nxazonke, izintambo zalo, nayo yonke impahla abayisebenzisayo; bayokwenza konke okudinga ukwenziwa maqondana nabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNumeri 4:26
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uyakwenza igceke letabernakele ohlangothini oluseningizimu, ngaseningizimu, kube khona izilenge zegceke ngelineni elicolekileyo lemicu ephothiweyo, ubude bazo bube yizingalo eziyikhulu ngalapha.


izikhonkwane zetabernakele nezikhonkwane zegceke nezintambo zazo;


Wenza igceke: ohlangothini oluseningizimu, ngaseningizimu, izilenge zegceke zazingelelineni elicolekileyo lemicu ephothiweyo, izingalo eziyikhulu.


Ngokumisa kuka-Aroni namadodana akhe, yonke inkonzo yamadodana amaGereshoni iyakuba kuyo yonke imithwalo yawo nakuyo yonke inkonzo yawo;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ