UNumeri 4:24 - Contemporary Zulu Bible 202424 Lona ungumsebenzi wezizukulwane zamaGereshoni ukukhonza nokuthwala. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE24 “Nanku umsebenzi wemindeni yamaGereshoni ngokukhonza nangokuthwala: အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202024 “Nanku umsebenzi wemindeni kaGereshoni, ngowokukhonza nowokuthwala: အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Lapho u-Aroni namadodana akhe sebeqedile ukumboza indlu engcwele nazo zonke izinto zendlu engcwele lapho ikamu kumelwe lisuke; emva kwalokho amadodana kaKohati ayakufika ukulithwala; kodwa akumelwe bathinte lutho olungcwele, funa bafe. Lezi zinto zingumthwalo wamadodana kaKohati etendeni lokuhlangana.