Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNumeri 4:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Kumelwe babeke zonke izinto zakhe abakhonza ngazo phezu kwalo, imicengezi yomlilo, namakhona enyama namafosholo nezitsha, zonke izinto ze-altare; bayakwendlala phezu kwalo isembozo sezikhumba zamatahasi, balinamathisele ezintini zalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 babeke kuyo zonke izinto zalo abakhonza ngazo kulo, imicengezi yempepho, nezimfoloko, namafosholo, nezitsha, nezinto zonke ze-altare, bendlale phezu kwazo isimbozo sesikhumba samatahasi,* bafake izinti zalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

14 babeke kuyo zonke izimpahla zalo abakhonza ngazo kulo, imicengezi yempepho, izimfologo, amafosholo, nezimpahla zonke ze-althare, bendlale phezu kwazo isembozo sesikhumba samahlengethwa, bese befaka izingongolo zalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNumeri 4:14
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

USolomoni wazenza zonke izinto zendlu kaNkulunkulu, ne-altare legolide namatafula okwakubekwe kuwo izinkwa zokubukwa;


Uyakwenza i-altare ngomuthi womtholo, ubude balo bube yizingalo eziyisihlanu, nobubanzi bube yizingalo eziyisihlanu; i-altare libe nezinhlangothi ezine ezilinganayo, ukuphakama kwalo kube yizingalo ezintathu.


Uyakwenza izitsha zalo zokususa umlotha walo, namafosholo alo, nezitsha zalo, nezimpondo zalo, nemicengezi yalo yomlilo; zonke izitsha zakhe uzenze ngethusi.


Kumelwe basuse umlotha e-altare futhi bendlala indwangu ebubende phezu kwalo.


Lapho u-Aroni namadodana akhe sebeqedile ukumboza indlu engcwele nazo zonke izinto zendlu engcwele lapho ikamu kumelwe lisuke; emva kwalokho amadodana kaKohati ayakufika ukulithwala; kodwa akumelwe bathinte lutho olungcwele, funa bafe. Lezi zinto zingumthwalo wamadodana kaKohati etendeni lokuhlangana.


Ubeke phezu kwayo isigubungelo sezikhumba zamatahasi, wendlala phezu kwayo indwangu ebubende yodwa, ufake izinti zayo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ