Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNumeri 32:39 - Contemporary Zulu Bible 2024

39 Abantwana bakwaMagiri indodana kaManase baya kwaGileyadi, balithatha, bawaxosha ama-Amori ayekulo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

39 Abantwana bakwaMakiri indodana kaManase baya kwaGileyadi, balithatha, baxosha ama-Amori ayekulo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

39 Abozalo lukaMakhiri, indodana kaManase, badla elakwaGileyadi, baxosha ama-Amori ayekulo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNumeri 32:39
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJosefa wabona abantwana bakwa-Efrayimi besizukulwane sesithathu; nabantwana bakwaMagiri, indodana kaManase, bakhuliselwa emadolweni kaJosefa.


Bafika kwaGileyadi nasezweni laseThatimihodi; bafika eDanjan, bazungeza ngaseSidoni.


Kumadodana kaManase: kwaMagire: ngumndeni wakwaMagiri; uMagire wazala uGileyadi; kwaGileyadi kwaphuma isizukulwane sakwaGileyadi.


Kwakukhona abaningi abesizwe sakwaManase; ngoba wayelizibulo likaJosefa; okungukuthi, uMagiri, izibulo likaManase, uyise kaGileyadi; ngokuba wayeyindoda yempi, ngalokho waba nelakwaGileyadi neBashani.


Base behlupha abantwana bakwa-Israyeli ngalowo mnyaka, babacindezela iminyaka eyishumi nesishiyagalombili bonke abantwana bakwa-Israyeli ababephesheya kweJordani ezweni lama-Amori aseGileyadi.


Kwa-Efrayimi kwakukhona impande yabo kuma-Amaleki; emva kwakho, Bhenjamini, phakathi kwabantu bakho; kwaMagiri kwaphuma ababusi, nabakwaZebuloni abaphatha usiba lombhali.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ