Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNumeri 29:19 - Contemporary Zulu Bible 2024

19 Nenqama ibe nye, ibe ngumnikelo wesono; ngaphandle komnikelo oshiswa imihla yonke, nomnikelo wawo wempuphu, neminikelo yawo yokuphuzwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 nempongo ibe nye, ibe ngumnikelo wesono, ngaphandle komnikelo oshiswa imihla yonke nomnikelo wawo wempuphu neminikelo yayo yokuphuzwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

19 Impongo ibe ngumnikelo wesono, ngaphandle komnikelo oshiswa imihla yonke nomnikelo wawo wokusanhlamvu neminikelo yayo yokuphuzwayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNumeri 29:19
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Base bethatha ingubo kaJosefa, bahlaba izinyane lembuzi, bacwilisa ingubo egazini;


Labo abafunga isono seSamariya bathi: Kuphila unkulunkulu wakho, Dani! nokuthi: Indlela yaseBeri Sheba; nabo bayakuwa, bangabe besavuka.


Elinye iwundlu wolilungisa kusihlwa; njengomnikelo womlilo wasekuseni nanjengomnikelo wawo wokuphuzwayo uyakuwulungisa ube ngumnikelo womlilo, ube yiphunga elimnandi kuJehova.


inqama eyodwa ibe ngumnikelo wesono; ngaphandle komnikelo wesono wokubuyisana, nomnikelo oshiswa imihla yonke, nomnikelo wawo wempuphu, neminikelo yawo yokuphuzwa.


Ngosuku lwesithathu izinkunzi eziyishumi nanye, nezinqama ezimbili, namawundlu amawundlu aneminyaka eyishumi nane, angenasici;


Nempongo ibe nye, ibe ngumnikelo wesono; ngaphandle komnikelo oshiswa imihla yonke, nomnikelo wawo wempuphu, nomnikelo wawo wokuphuzwa.


Nezinyane elilodwa libe ngumnikelo wesono; ngaphandle komnikelo oshiswa imihla yonke, nomnikelo wawo wempuphu, nomnikelo wawo wokuphuzwa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ