UNumeri 28:9 - Contemporary Zulu Bible 20249 Ngosuku lwesabatha amawundlu angamaduna aneminyaka emibili ubudala, angenasici, nokweshumi okubili kwempuphu, kube ngumnikelo wempuphu, exovwe namafutha, nomnikelo wawo wokuphuzwa; အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE9 “ ‘Ngosuku lwesabatha izimvu zamaduna ezimbili ezinomnyaka munye ezingenasici, nokweshumi okubili kwempuphu ecolekileyo kube ngumnikelo wempuphu exovwe namafutha kanye nomnikelo wawo wokuphuzwa: အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20209 “ ‘Ngosuku lweSabatha niyonikela ngezimvu ezimbili ezingamaduna ezinonyaka ezingenasici, nokweshumi okubili kwempuphu ecolisekileyo kube ngumnikelo wokusanhlamvu oxovwe namafutha nomnikelo wawo wokuphuzwayo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Bheka, ngakhela igama likaJehova uNkulunkulu wami indlu ukuba ngiyingcwelise, ngishise impepho phambi kwakhe, kube yizinkwa zokubukwa njalonjalo, kube ngeminikelo yokushiswa ekuseni nakusihlwa ngamasabatha nangokwethwasa kwenyanga, emikhosini kaJehova uNkulunkulu wethu. Lokhu kungumthetho waphakade kwa-Israyeli.