Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNumeri 28:31 - Contemporary Zulu Bible 2024

31 Kumelwe nikulungise kanye nomnikelo wokushiswa wezikhathi zonke nomnikelo wawo wempuphu (kumelwe kungabi nasici kini) neminikelo yako yokuphuzwayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Niyakunikela ngazo ngaphandle komnikelo oshiswa imihla yonke nomnikelo wawo wempuphu, zibe ngezingenasici kini, kanye neminikelo yazo yokuphuzwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

31 Niyonikela ngazo, ngaphandle komnikelo oshiswa imihla ngemihla nomnikelo wawo wokusanhlamvu, zibe ngezingenasici, neminikelo yazo yokuphuzwayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNumeri 28:31
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bayisusa iminikelo yokushiswa ukuba bayinike ngokwezigaba zezizukulwane zabantu ukuba bahlabele uJehova njengokulotshiweyo encwadini kaMose. Benza kanjalo nezinkabi.


Uma umhlatshelo wakhe ungumnikelo wokushiswa wezinkomo, uyakuletha iduna elingenasici; woliletha ngokuzithandela phambi kukaJehova ngasemnyango wetende lokuhlangana.


Niyakunikela ngomnikelo womlilo njengomnikelo wokushiswa kuJehova; izinkunzi ezimbili, inqama eyodwa, nezimvu zamawundlu eziyisikhombisa ezinomnyaka munye; angabi nasici kini.


Uthi kubo: Lona ngumnikelo womlilo eniyakuwuletha kuJehova; amawundlu aneminyaka emibili ubudala usuku nosuku angenasici njengomnikelo oshiswa imihla yonke.


Nezinyane lembuzi libe linye ukwenzela ukubuyisana.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ