Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNumeri 23:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 UBalaki wayesethi kuBileyamu: “Wenzeni kimi na? Ngakuthatha ukuba uqalekise izitha zami, futhi bheka, wazibusisa ngokuphelele.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 UBalaki wathumela kuBileyamu, wathi: “Wenzeni kimi na? Ngakuthatha ukuba uqalekise izitha zami; bheka, uzibusisile nokuzibusisa.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

11 UBhalaki wathi kuBhileyamu: “Wenzani kimi na? Ngikulethe lapha ukuba uqalekise izitha zami, kunalokho, bheka uzibusisile.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNumeri 23:11
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngokuba abahlangabezanga abantwana bakwa-Israyeli ngesinkwa nangamanzi, kepha babaqasha uBileyamu ukuba abaqalekise; kodwa uNkulunkulu wethu waphendula isiqalekiso saba yisibusiso.


Bheka, kuphume abantu eGibithe, bembese ubuso bomhlaba; woza, ungiqalekisele bona; mhlawumbe ngizokwazi ukubanqoba ngibaxoshe.


Ngokuba ngiyakukwenza ube nodumo olukhulu, ngikwenze konke ongitshela khona; woza, ungiqalekisele laba bantu.


Waphendula wathi: “Angiyikuqaphela yini ukukhuluma lokho uJehova akubeke emlonyeni wami na?”


Intukuthelo kaBalaki yamvuthela uBileyamu, washaya izandla zakhe; uBalaki wathi kuBileyamu: “Ngakubiza ukuba uqalekise izitha zami; bheka, usuzibusisile kathathu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ