Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNumeri 20:26 - Contemporary Zulu Bible 2024

26 Khona-ke umkhumule u-Aroni izingubo zakhe, uzigqokise u-Eleyazare indodana yakhe; u-Aroni uyobuthelwa kubantu bakubo, afele khona.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 umkhumule u-Aroni izambatho zakhe, uzifake ku-Eleyazare indodana yakhe; u-Aroni uyakubuthelwa kubantu bakhe, afele khona.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

26 Umkhumule u-Aroni izembatho zakhe, uzigqokise u-Eleyazare indodana yakhe; u-Aroni uyobuyela kwabakubo, afele khona.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNumeri 20:26
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Aroni uyakubuthelwa kubantu bakubo, ngokuba akayikungena ezweni engalinika abantwana bakwa-Israyeli, ngokuba nahlubuka ezwini lami emanzini aseMeriba.


UMose wenza njengalokho uJehova emyalile, bakhuphuka entabeni yaseHori phambi kwamehlo ayo yonke inhlangano.


Phindiselani abantwana bakwa-Israyeli kumaMidiyani; emva kwalokho uyobuthelwa kubantu bakini.


Ngakho-ke uma ukuphelela kwakukhona ngobupristi bukaLevi, ngokuba abantu bawemukela umthetho ngaphansi kwabo, kwakusaswelekelani ukuba kuvele omunye umpristi ngokokuma kukaMelkisedeki, angabizwa ngokokuma ka-Aroni na?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ