Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNumeri 2:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Isizwe sakwaGadi; u-Eliyasafa indodana kaRehuweli uyakuba ngumbusi phezu kwabantwana bakwaGadi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Nesizwe sakwaGadi: isikhulu sabantwana bakwaGadi siyakuba ngu-Eliyasafa indodana kaRehuweli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

14 Isizwana sakwaGadi: umholi wabozalo lwabakwaGadi kungu-Eliyasafa indodana kaRehuweli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNumeri 2:14
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Phezu kwebandla lesizwe sabantwana bakwaGadi kwakungu-Eliyasafa indodana kaDehuweli.


Ibandla lakhe nalabo ababalwayo kubo babe yizinkulungwane ezingamashumi ayisihlanu nesishiyagalolunye namakhulu amathathu.


Ibandla lakhe nalabo ababalwayo kubo babe yizinkulungwane ezingamashumi amane nanhlanu namakhulu ayisithupha namashumi amahlanu.


Ngosuku lwesithupha u-Eliyasafa indodana kaDehuweli, isikhulu sabantwana bakwaGadi, wanikela.


Okomnikelo wokubonga nakhu: izinkomo ezimbili, nezinqama eziyisihlanu, nezinqama eziyisihlanu, nezimvu zamaduna ezineminyaka emihlanu ubudala; lokho kwakungumnikelo ka-Eliyasafa indodana kaDehuweli.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ