UNumeri 16:16 - Contemporary Zulu Bible 202416 Wayesethi uMose kuKora: “Kusasa wena nesixuku sakho sonke nibe phambi kukaJehova, wena nabo no-Aroni. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE16 UMose wayesethi kuKora: “Wena yiba nayo yonke inhlangano yakho phambi kukaJehova kusasa, wena, nabo, no-Aroni; အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202016 UMose wathi kuKhora: “Wena neviyo lakho lonke wozani kusasa, nime phambi kukaSimakade, wena, neviyo lakho no-Aroni. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Bhekani, ngilapha; fakazani ngami phambi kukaJehova naphambi kogcotshiweyo wakhe ukuthi ngithathe izinkomo zikabani na? noma ngithathe imbongolo kabani? kumbe ngikhohlise bani? ngicindezele bani? Ngemukele esandleni sikabani isifumbathiso ukuba ngiphuphuthekise amehlo ami ngaso na? futhi ngizokubuyisela kuwe.