Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNumeri 15:28 - Contemporary Zulu Bible 2024

28 Umpristi uyakuwenzela umphefumulo owona ngokungazi ukubuyisana, uma wona ngokungazi phambi kukaJehova ukumenzele ukubuyisana; njalo uzathethelelwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 Umpristi uyakwenzela umuntu ophosisayo ukubuyisana, nxa ona kungengamabomu phambi kukaJehova ukumenzela ukubuyisana, athethelelwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

28 Umphristi uyomenzela lowo muntu ophosisileyo ukubuyisana, ngokuba wone engahlosile phambi kukaSimakade; uyomenzela ukubuyisana, athethelelwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNumeri 15:28
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Amafutha asele asesandleni sompristi kumelwe awathele ekhanda lalowo ozihlanzayo; umpristi amenzele ukubuyisana phambi kukaJehova.


Tshono ebantwaneni bakoIsrayeli uthi: Uba umuntu wona ngokungazi emithetho ye Nkosi engayikwenziwa, enze komunye wayo,


Kumelwe enze ngenkunzi njengoba enzile ngenkunzi njengomnikelo wesono, enze kanjalo nakulokhu; umpristi abenzele ukubuyisana, bathethelelwe.


Kumelwe asuse wonke amanoni awo njengoba nje amanoni esuswa ewundlu lomnikelo wokubonga; umpristi awushise e-altare njengokweminikelo yomlilo kaJehova; umpristi enze ukubuyisana ngesono sakhe one ngaso, athethelelwe.


Niyakuba nomthetho munye ngowonile engazi, kozelwe phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli, nakomfokazi ogogobele phakathi kwabo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ