Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNumeri 12:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Ngemva kwalokho abantu basuka eHazerothi bamisa inkamba enkangala yePharanu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Ngasemuva abantu basuka eHaseroti, bamisa ehlane lasePharanu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

16 Emveni kwalokho abantu basuka eHazerothi bakanisa ehlane iPharanu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNumeri 12:16
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wahlala ehlane lasePharanu, unina wamthathela umfazi ezweni laseGibithe.


UNkulunkulu uvela eThemani, oNgcwele evela entabeni yasePharanu. Sela. Inkazimulo yakhe yasibekela amazulu, futhi umhlaba ugcwele indumiso yakhe.


Abantwana bakwa-Israyeli baphuma ehlane laseSinayi; ifu lahlala ehlane lasePharanu.


Abantu basuka eKibroti-Hathava baya eHaseroti; wahlala eHaseroti.


UMiriyamu wavalelwa ngaphandle kwekamu izinsuku eziyisikhombisa; abantu abahambanga waze wabuyiswa uMiriyamu.


Ahamba afika kuMose naku-Aroni nakuyo yonke inhlangano yabantwana bakwa-Israyeli ehlane lasePharanu eKadeshi; wababikela kanye nebandla lonke, wabazisa izithelo zezwe.


UMose wabathuma besuka ehlane lasePharanu ngesiyalezo sikaJehova; wonke lawo madoda ayezinhloko zabantwana bakwa-Israyeli.


Wafa uSamuweli; bonke abantwana bakwa-Israyeli babuthana, bamlilela, bammbela endlini yakhe eRama. UDavide waqeda, wehlela ehlane lasePharanu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ