UNumeri 10:9 - Contemporary Zulu Bible 20249 Futhi uma nilwa ezweni lakini ngokumelene nesitha esinicindezelayo, kufanele nihlabe umkhosi ngamacilongo; uyakukhunjulwa phambi kukaJehova uNkulunkulu wakho, ukhululwe ezitheni zakho. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE9 Nxa niphuma impi ezweni lakini ukuyokulwa nesitha esinicindezelayo, khona niyakuhlaba umkhosi ngamacilongo, nikhumbuleke phambi kukaJehova uNkulunkulu wenu, nisindiswe ezitheni zenu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20209 Kuyothi lapho niphuma impi ezweni lakini ukuyokulwa nesitha esinihlaselayo, nihlabe umkhosi ngamacilongo. USimakade uNkulunkulu wenu uyonikhumbula, anisindise ezitheni zenu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |