Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNumeri 1:19 - Contemporary Zulu Bible 2024

19 Njengalokho uJehova emyalile uMose, wababala ehlane laseSinayi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Njengalokho uJehova eyalile uMose, wababala kanjalo ehlane laseSinayi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

19 njengalokhu uSimakade ayemyalile uMose, wababala ehlane iSinayi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNumeri 1:19
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

USolomoni wabala bonke abezizwe ababesezweni lakwa-Israyeli, njengenani uDavide uyise ayebabalile ngalo; kwatholakala izinkulungwane eziyikhulu namashumi ayisihlanu nantathu namakhulu ayisithupha.


UMose wenza-ke; njengalokho uJehova emyalile, wenze njalo.


Lapho bengena etendeni lokuhlangana nalapho besondela e-altare bageza; njengalokho uJehova emyalile uMose.


Balani inani lenhlangano yonke yabantwana bakwa-Israyeli ngemindeni yabo nangezindlu zawoyise, nenani lamagama abo, bonke abesilisa ngemindeni yabo;


Abantwana bakwa-Israyeli benza-ke njengalokho uJehova emyalile uMose, benze njalo-ke.


Abantwana bakwa-Israyeli benza njengalokho uJehova emyalile uMose;


Yilabo ababalwayo nguMose no-Eleyazare umpristi, ababebala abantwana bakwa-Israyeli emathafeni akwaMowabi ngaseJordani ngaseJeriko.


UMose wayinika u-Aroni namadodana akhe imali yesihlengo njengezwi likaJehova, njengalokho uJehova emyalile uMose.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ