UNehemiya 9:29 - Contemporary Zulu Bible 202429 ufakaze ngokumelene nabo, ukuze ubabuyisele emthethweni wakho; nokho benza ngokuzidla, kabayilalelanga imiyalo yakho, kepha bona ezimisweni zakho (othi uma umuntu ezenza, aphile kuzo), benza lukhuni ihlombe nentamo yabo, kabezwa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE29 wabaxwayisa ukuba ubabuyisele emthethweni wakho, kepha baqholosha, kabayilalelanga imiyalo yakho, kodwa bona ezahlulelweni zakho, okothi uma umuntu ezenza, uyakuphila ngazo, baphendula ihlombe ngenkani, benza lukhuni intamo yabo, abaze bezwa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202029 Wabexwayisa ukuba babuyele emthethweni wakho, kodwa baba nenkani, abaze bayilalela imiyalelo yakho nezehlulelo zakho. Bona bephula izimiso zakho, okuthi uma umuntu ezigcina aphile. Bakufulathela, baqinisa amakhanda, benqaba ukukulalela. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Ngalezo zinsuku ngabona kwaJuda ukuthi abanye banyathela izikhamo zewayini ngesabatha, baletha izithungu, balayishe izimbongolo; kanye newayini, namagilebhisi, namakhiwane, nayo yonke inhlobo yemithwalo abayiletha eJerusalema ngosuku lwesabatha; futhi ngafakaza ngokumelene nabo ngosuku abathengisa ngalo ukudla.