UNehemiya 9:27 - Contemporary Zulu Bible 202427 Ngalokho wabanikela esandleni sezitha zabo ezabathukuthelisa; futhi ngokobubele bakho obukhulu wabanika abasindisi ababasindisa esandleni sezitha zabo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE27 Wawusubanikela esandleni sezitha zabo ezabahlupha; ngesikhathi sokuhlupheka kwabo sebekhala kuwe, wena wabezwa usezulwini, nangomusa wakho omkhulu wabanika abasindisi ababasindisa esandleni sezitha zabo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202027 Wawusubanikela ezitheni zabo ukuba zibacindezele. Kepha lapho sebesenhluphekweni, bakhala kuwe, wabezwa usezulwini, ngesihawu sakho esikhulu, wabanika abakhululi ukubakhulula ezitheni zabo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |