UNehemiya 6:10 - Contemporary Zulu Bible 202410 Ngase ngifika endlini kaShemaya indodana kaDelaya indodana kaMehetabeli eboshiwe; wathi: “Masibuthane endlini kaNkulunkulu, phakathi kwethempeli, sivale iminyango yethempeli, ngokuba bayakuza ukukubulala; yebo, ebusuku bayakuza ukukubulala. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE10 Ngase ngiya endlini kaShemaya indodana kaDelaya kaMehetabeli owayezivalele. Wathi: “Masihlangane endlini kaNkulunkulu phakathi kwethempeli, sivale iminyango yethempeli, ngokuba bayakufika ukukubulala, yebo, ebusuku bayakufika bakubulale.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202010 Ngelinye ilanga ngavakashela uShemaya, indodana kaDelaya owayezalwa nguMehethabheli. UShemaya wayengaphumi emzini wakhe. Waphrofetha wathi: “Masihlangane endlini kaNkulunkulu, ngaphakathi ethempelini, sihluthulele iminyango yalo, ngokuba bayeza ukuzokukubulala. Impela bazofika ngalobu busuku ukuzokukubulala.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |