Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNehemiya 5:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Ngaphezu kwalokho, kusukela esikhathini engamiswa ngaso ukuba ngibe ngumbusi wabo ezweni lakwaJuda, kusukela ngomnyaka wamashumi amabili kwaze kwaba ngumnyaka wamashumi amathathu nambili ka-Aritahishashita inkosi, iminyaka eyishumi nambili, mina nabafowethu asizange sisidle isinkwa sombusi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Futhi kusukela osukwini engamiswa ngalo ukuba ngibe ngumbusi wabo ezweni lakwaJuda, kwasemnyakeni wamashumi amabili kuze kube semnyakeni wamashumi amathathu nambili ka-Aritahishashita inkosi, iminyaka eyishumi nabili, mina nabafowethu asidlanga isinkwa sombusi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

14 Kusukela ngosuku inkosi u-Arithahishashitha eyangibeka ngalo ngaba ngumbusi wabo ezweni lakwaJuda, ngonyaka wama-20 wokubusa kwayo, kuze kube ngunyaka wama-32, okuyiminyaka eli-12 isiyonke, mina nabafowethu asidlanga sabelo sombusi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNehemiya 5:14
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Amazwi kaNehemiya indodana kaHagaliya. Kwathi ngenyanga kaKislewu, ngomnyaka wamashumi amabili, ngisesigodlweni uSusan,


Kepha phakathi naso sonke leso sikhathi ngangingekho eJerusalema, ngokuba ngomnyaka wamashumi amathathu nambili ka-Aritahishashita inkosi yaseBabele ngafika enkosini, emva kwezinsuku ezithile ngathola imvume enkosini.


Kwathi ngenyanga kaNisani, ngomnyaka wamashumi amabili wenkosi u-Aritahishashita, kwakukhona iwayini phambi kwakhe, ngalithatha iwayini ngalinika inkosi. Manje angibanga lusizi phambi kwakhe ngaphambili.


Khona obamukele amatalenta ayisihlanu wahamba wasebenza ngawo, wazuza amanye amatalenta ayisihlanu.


Uyini-ke umvuzo wami? Yebo, ukuze nxa ngishumayela ivangeli, ngenze ivangeli likaKristu libe ngeze, ukuze ngingasebenzisi amandla ami evangelini.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ