UNehemiya 5:11 - Contemporary Zulu Bible 202411 Babuyisele namuhla amasimu abo, nezivini zabo, neminqumo yabo, nezindlu zabo, nokwekhulu kwemali, nokolweni, newayini, namafutha eniwatholile kubo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE11 Ake nibuyisele namhlanje amasimu abo, nezivini zabo, neminqumo yabo, nezindlu zabo, nenxenye yekhulu yemali, neyamabele, neyewayini, neyamafutha enikubiza kubo kube yinzalo.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202011 Buyiselani kubo khona namhlanje amasimu abo, izivini zabo, izingadi zabo zeminqumo, izindlu zabo, inzalo yemali yabo, okusanhlamvu, iwayini namafutha ebenibaqola khona.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Bhekani, ngilapha; fakazani ngami phambi kukaJehova naphambi kogcotshiweyo wakhe ukuthi ngithathe izinkomo zikabani na? noma ngithathe imbongolo kabani? kumbe ngikhohlise bani? ngicindezele bani? Ngemukele esandleni sikabani isifumbathiso ukuba ngiphuphuthekise amehlo ami ngaso na? futhi ngizokubuyisela kuwe.