Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNehemiya 4:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 Labo abakha odongeni, nabathwala imithwalo, nabayithwesayo, baqala ukusebenza ngesandla esisodwa, baphatha isikhali ngesinye;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Abavusayo ugange nabathwalayo imithwalo bazithwesa benza umsebenzi ngesinye isandla, nangesinye baphatha izikhali zabo;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

17 ababakha kabusha ugange. Ababethwala imithwalo, bathwala imithwalo yabo ngesandla esisodwa ngesinye bephethe izikhali.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNehemiya 4:17
15 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngase ngimisa ezindaweni eziphansi emva kodonga nasezindaweni eziphakemeyo, ngamisa abantu ngezizukulwane zabo ngenkemba yabo, nemikhonto yabo, neminsalo yabo.


Kusukela ngaleso sikhathi inxenye yezinceku zami yenza umsebenzi, enye ingxenye yazo yaphatha imikhonto, nezihlangu, neminsalo, nabaninindlu; izikhulu zazilandela yonke indlu yakwaJuda.


Kubakhi, yilowo nalowo wabhinca inkemba yakhe okhalweni lwakhe, bakha kanjalo. Futhi owayeshaya icilongo wayenami.


Indumiso kaNkulunkulu mayibe semilonyeni yabo nenkemba esika nhlangothi zombili esandleni sabo;


Bonke baphethe izinkemba, ngokuba bafundile ukulwa; yilowo nalowo unenkemba okhalweni lwakhe ngenxa yokwesaba ebusuku.


Yazi-ke futhi uqonde ukuthi kusukela ekuphumeni komyalo wokubuyisela nokwakha iJerusalema kuze kufike uMesiya, iNkosana, kuyohlala amasonto ayisikhombisa namasonto angamashumi ayisithupha nambili: umgwaqo uyokwakhiwa futhi nodonga, ngisho nasezikhathini ezinzima.


Akekho ongasunduza omunye; bayakuhamba, kube yilowo nalowo ngendlela yakhe, uma bewa ngenkemba, abayikulinyazwa.


Lindani, nime niqinile ekukholweni, nibe ngamadoda, nibe namandla.


Ngokuba ngivulelwe umnyango omkhulu onamandla, nabamelene nami baningi.


Uma abanye belamandla phezu kwenu, kasibi njalo thina kakhulu? Nokho asiwasebenzisanga lawo mandla; kodwa ubekezele ngakho konke, ukuze singalithiyi ivangeli likaKristu.


Ngezwi leqiniso, ngamandla kaNkulunkulu, ngezikhali zokulunga ngakwesokunene nangakwesokhohlo;


ningethuswe ngalutho ngabamelene nani, okuwuphawu lokubhubha kubo, kodwa kinina lwensindiso, nolukaNkulunkulu.


Ngakho wena khuthazelela ubunzima njengebutho elihle likaJesu Kristu.


Ngikulwile ukulwa okuhle, ngiliqedile ibanga lami, ngigcinile ukukholwa;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ