Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNehemiya 3:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Isango elidala lalilungiswa nguJehoyada indodana kaPhasehaki, noMeshulamu indodana kaBesodiya; babeka imishayo yalo, bamisa izivalo zalo nezihluthulelo zalo nemigoqo yalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 ISango Elidala lalungiswa nguJoyada indodana kaPhaseya nanguMeshulamu indodana kaBesodeya, babeka imishayo yalo, bamisa izivalo zalo nezihluthulelo zalo nemigoqo yalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

6 ISango iJeshana lakhiwa nguJoyada, indodana kaPhaseya, noMeshulami, indodana kaBhesodeya. Bafaka imishayo namasango ezindaweni zakho, bafaka imigoqo nezihluthulelo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNehemiya 3:6
3 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kuphela ngoJonathani indodana ka-Asaheli noJahasiya indodana kaThikiva ababesebenza kule ndaba; oMeshulamu noSabhethayi umLevi babasiza.


naphezu kweSango lakwa-Efrayimi, naphezu kweSango Elidala, naphezu kweSango Lezinhlanzi, naphezu kombhoshongo kaHananeli, naseMbhoshongweni waseMehagi, kuze kube seSangweni Lezimvu; bema esangweni letilongo.


Eceleni kwabo kwasinda abaseThekhowa; kodwa izikhulu zabo kazibekanga izintamo zabo emsebenzini weNkosi yabo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ