UNehemiya 2:10 - Contemporary Zulu Bible 202410 Lapho uSanibhalati umHoroni, noThobiya inceku, umAmoni, bezwa ngakho, badabuka kakhulu ngokuthi kufike umuntu ukuzofuna okuhle kwabantwana bakwa-Israyeli. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE10 Kepha lapho umHoroni, uSanibalati, noThobiya inceku yakwa-Amoni sebezwile lokho, kwaba kubi kakhulu kubo ukuthi kufike umuntu ukufuna inhlalakahle ka-Israyeli. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202010 Kodwa lapho uSanibhalathi, umHoroni noThobiya, inceku yakwa-Amoni, bezwa ukuthi kufike umuntu ozosebenzela inhlalakahle ka-Israyeli, bacunuka kakhulu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |