32 Nase-Anathoti, eNobi, nase-Ananiya,
32 nase-Anathoti, naseNobi, nase-Ananiya,
32 e-Anathothi, eNobhi, e-Ananiya,
Futhi abantwana bakwaBenjamini eGeba bahlala eMigimashi, nase-Aya, naseBethele nasemizini yayo.
iHasori, iRama, iGitayimi,
Amadoda aseAnathoti: yikhulu namashumi amabili nesishiyagalombili;
Phakamisa izwi lakho, O ndodakazi yaseGalimi, malizwakale eLayisi, O Anatoti ompofu!
Uyakuhlala eNobi ngalolo suku; uyosikisela isandla sakhe entabeni yendodakazi yaseSiyoni, igquma laseJerusalema.
Amazwi kaJeremiya indodana kaHilikiya wabapristi base-Anathoti ezweni lakwaBenjamini:
ne-Anathoti nedlelo layo, ne-Alimoni nedlelo layo; imizi emine.
UDavide wayeseya ku-Ahimeleki umpristi eNobi; u-Ahimeleki wesaba phambi kukaDavide, wathi kuye: “Yini ukuba uwedwa, kungekho muntu nawe?
UDavide wayesethi ku-Ahimeleki umpristi: “Inkosi yangiyala indaba, yathi kimi: ‘Makungabikho muntu owaziyo ngale ndaba engikuthuma kuyo nokuthi ngiyakuyala ngakho; futhi ngamisa izinceku zami endaweni yokuthi nokuthi.
INobi, umuzi wabapristi, walichitha ngosiko lwenkemba, abesilisa nabesifazane, nabantwana, nezinsana, nezinkomo, nezimbongolo, nezimvu, ngosiko lwenkemba.