Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNehemiya 11:31 - Contemporary Zulu Bible 2024

31 Futhi abantwana bakwaBenjamini eGeba bahlala eMigimashi, nase-Aya, naseBethele nasemizini yayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Abantwana bakwaBenjamini bahlala kusukela eGeba kuze kube seMikimasi, nase-Aya, naseBethele nasemizaneni yalo,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

31 Abozalo lukaBhenjamini, kusukela eGebha, bahlala eMikhimashi, e-Ayi, eBhethele nasemizaneni yalo,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNehemiya 11:31
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wasuka lapho wenyukela entabeni esempumalanga kwaseBethele, wamisa itende lakhe, iBethele lingasentshonalanga ne-Ayi ngasempumalanga; wamakhela khona uJehova i-altare, wabiza igama likaJehova.


Waqamba leyo ndawo ngokuthi iBethele, kepha igama lalowo muzi laqala ngokuthi iLus.


iSanowa, i-Adulamu lemizana yayo, iLagishi lamasimu ayo, iAzeka lemizana yayo. Bahlala kusukela eBeri Sheba kuze kube sesigodini sikaHinomu.


nasendlini yaseGiligali nasensimini yaseGeba nase-Asmaweti; ngoba abahlabeleli bazakhela imizi nxazonke zeJerusalema.


Wafika e-Ayati, wawelela eMigroni; eMigimasi wabeka phansi izinqola zakhe.


Umkhawulo wasuka lapho, waya eLusu, eceleni kweLushi eliyiBethele ngaseningizimu; umkhawulo wehlela e-Atharoti Dara ngasegqumeni elingaseningizimu kweBeti Horoni Lasezansi.


neKefari-Hamonayi, ne-Ofini, neGaba; imizi eyishumi nambili nemizana yayo;


UJoshuwa wabathuma, baqamekela, bahlala phakathi kweBethele ne-Ayi ngasentshonalanga kwase-Ayi; kepha uJoshuwa walala phakathi kwabantu ngalobo busuku.


USamuweli wasesithi: Wenzeni? USawule wayesethi: “Ngokuba ngibonile ukuthi abantu bahlakazekile kimi, nokuthi anifikanga ngezinsuku ezimisiweyo, nokuthi amaFilisti abuthana eMigimasi;


USawule wazikhethela amadoda ayizinkulungwane ezintathu kwa-Israyeli; izinkulungwane ezimbili zazo zazinoSawule eMigimasi nasentabeni yaseBethele, nenkulungwane inoJonathani eGibeya lakwaBenjamini; abanye abantu wabamukisa, kwaba yilowo nalowo etendeni lakhe.


Ibutho lamaFilisti laphuma laya esihogweni saseMigimasi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ