Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNehemiya 11:19 - Contemporary Zulu Bible 2024

19 Ngaphezu kwalokho, abalindisango, u-Akubi, noThalimoni nabafowabo ababelinda amasango, babeyikhulu namashumi ayisikhombisa nambili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Abalindisango o-Akubi noThalimoni nabafowabo ababelinda ngasemasangweni babe yikhulu namashumi ayisikhombisa nambili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

19 Abalindisango: ngu-Akubhi, uThalimoni, nabafowabo ababelinda ngasemasangweni, babeyi-172.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNehemiya 11:19
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Base befika babiza umlindisango womuzi, bamtshela ukuthi: “Safika ekamu lama-Aramu, bheka, kwakungekho muntu lapho, nezwi lomuntu, kuphela amahhashi ahlonyiweyo nezimbongolo ezihlonyiwe, namatende njengoba ayenjalo.


Onke amaLevi emzini ongcwele ayengamakhulu amabili namashumi ayisishiyagalombili nane.


Insali yakwa-Israyeli, abapristi namaLevi, babekuyo yonke imizi yakwaJuda, kwaba yilowo nalowo efeni lakhe.


OMathaniya, noBakibukiya, no-Obadiya, noMeshulamu, noThalimoni, no-Akubi babengabagcini bamasango, begcina abalindi eminyango yamasango.


Abalindisango: abantwana bakwaShalumi, abantwana bakwa-Atere, abantwana bakwaThalimoni, abantwana bakwa-Akubi, abantwana bakwaHatita, abantwana bakwaShobayi, ikhulu namashumi amathathu nesishiyagalombili.


Ngoba usuku olulodwa emagcekeni akho lungcono kunenkulungwane. Ngincamela ukuba ngumlindisango endlini kaNkulunkulu wami kunokuhlala ematendeni ababi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ