Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNehemiya 10:38 - Contemporary Zulu Bible 2024

38 Umpristi, indodana ka-Aroni, kumelwe abe kanye namaLevi lapho amaLevi ethatha okweshumi;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

38 Umpristi, indodana ka-Aroni, ubeyakuba namaLevi, lapho amaLevi amukela okweshumi; amaLevi ayakukhuphulela okweshumi kokweshumi endlini kaNkulunkulu wethu emakamelweni endlini yengcebo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

38 Abaphristi bozalo luka-Aroni kumele bahambe nabaLevi ngesikhathi beqoqa okweshumi, abaLevi bathathe okweshumi kulokho okweshumi okulethiwe, bakuyise endlini kaNkulunkulu, emagunjini endlu yengcebo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNehemiya 10:38
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngokuba lawa maLevi, abalindisango abane abakhulu, babesezikhundleni zabo, bephethe amakamelo nengcebo yendlu kaNkulunkulu.


nomnikelo wezinkuni ngezikhathi ezimisiweyo nowolibo. O Nkulunkulu wami, ngicabangele okuhle.


Futhi konke okweshumi kwezwe, okwembewu yezwe noma okwesithelo somuthi, kungokukaJehova; kungcwele kuJehova.


Khona-ke kumelwe, uma nidla isinkwa sezwe, ninikele ngomnikelo wokuphakanyiswa kuJehova.


Kolibo lwenhlama yenu niyakunikela ngomnikelo wokuphakanyiswa kuJehova ezizukulwaneni zenu.


Bhekani, ngibanika abantwana bakwaLevi konke okweshumi kwa-Israyeli kube yifa lenkonzo yabo abayikhonzayo, inkonzo yetende lokuhlangana.


Kepha okweshumi kwabantwana bakwa-Israyeli abakulethayo kube ngumnikelo wokuphakanyiswa kuJehova, ngakunika amaLevi njengefa; ngalokho ngathi kubo: “Phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli abayikuba nafa.


Kumelwe ukhiphe okweshumi kuyo yonke imbewu yakho ekhiqizwa izwe unyaka nonyaka.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ