21 uMesezabeli, uZadoki, uJaduwa,
21 noMeshezabeli, noSadoki, noJaduwa,
21 uMeshezabheli, uZadoki, uJaduwa,
UMagipiya, uMeshulamu, uHeziri,
uPhelathiya, uHanani, u-Anaya,
UPhethaya, indodana kaMeshezabeli, wabantwana bakwaSeraki, indodana kaJuda, wayesesandleni senkosi kuzo zonke izindaba zabantu.
Eceleni kwabo kwalungisa uMeremoti indodana ka-Uriya indodana kaKoshi. Eceleni kwabo kwalungisa uMesulamu indodana kaBeregiya kaMeshesabeli. Eceleni kwabo uSadoki indodana kaBahana walulama.