Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UmShumayeli 7:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Kungcono ukuzwa ukukhuza kohlakaniphileyo kunokuba umuntu ezwe ukuhlabelela kweziwula.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Kungcono ukuzwa ukukhuza kohlakaniphileyo kunokuba umuntu ezwe ukuhlabelela kweziwula.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

5 Kungcono ukulalela ukusola kohlakaniphileyo, kunokulalela iculo leziwula.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UmShumayeli 7:5
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Olungileyo makangishaye; kuyakuba umusa, angithethise; kuyakuba ngamafutha amahle kakhulu;


Abahlezi esangweni bakhuluma ngami; mina ngangiyingoma yezidakwa.


Odelela izwi uyakubhujiswa; kepha owesaba umyalo uyakuvuzwa.


Ubumpofu nehlazo kowenqaba ukulaywa, kepha ohlonipha ukusolwa uyakudunyiswa.


Ukukhuzwa kuyeza kumuntu ohlakaniphileyo kunemivimbo eyikhulu koyisiwula.


Njengecici legolide nomhlobiso wegolide elicwengekileyo, kunjalo ukusola okuhlakaniphileyo endlebeni elalelayo.


Athembekile amanxeba omngane; kepha ukwanga kwesitha kuyinkohliso.


Ngokuba umyalo uyisibani; futhi umthetho ungukukhanya; nokusola kokufundisa kuyindlela yokuphila;


Ungamkhuzi umdeleli, funa akuzonde; khuza ohlakaniphileyo, uyakukuthanda.


Amazwi abahlakaniphileyo anjengezinkandi nezipikili ezibethelwe ngabaholi bamabandla, ezinikezwe ngumalusi oyedwa.


Inhliziyo yabahlakaniphileyo isendlini yokulila; kepha inhliziyo yeziwula isendlini yentokozo.


Amazwi abahlakaniphileyo azwakala ekuthuleni, kunokukhala kobusa phakathi kweziwula.


Bonke engibathandayo ngiyabasola, ngibayale; ngakho shisekela, uphenduke.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ