Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UmShumayeli 7:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 Konke lokho ngakuvivinya ngokuhlakanipha, ngathi: Ngizohlakanipha; kodwa kwakukude nami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Konke lokho ngikuvivinyile ngokuhlakanipha, ngathi: “Ngiyakuhlakanipha,” kepha kwakusala kude nami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

23 Konke lokhu ngikuhlolisise ngokuhlakanipha; ngase ngithi: “Ngizohlakanipha,” kodwa ukuhlakanipha kwaba kude nami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UmShumayeli 7:23
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngoba uNkulunkulu uyazi ukuthi mhla lisidla, amehlo enu azavuleka, njalo lizakuba njengonkulunkulu, likwazi okuhle lokubi.


Nganikela inhliziyo yami ukwazi ukuhlakanipha nokwazi ubuhlanya nobuwula;


Wenza konke kwaba kuhle ngesikhathi sakho; futhi wafaka izwe enhliziyweni yabo, ukuze kungabikho muntu ongathola umsebenzi uNkulunkulu awenzayo kusukela ekuqaleni kuze kube sekupheleni.


Ngoba kanengi inhliziyo yakho iyazi ukuthi lawe ubathukile abanye.


Ngabona wonke umsebenzi kaNkulunkulu, ukuthi umsebenzi owenziwa phansi kwelanga akanakukwazi; yebo ngokuqhubekayo; noma ohlakaniphileyo ethi uyakwazi, nokho angeke akuthole.


Uphi ohlakaniphileyo? uphi umbhali na? uphi umbangi walomhlaba na? UNkulunkulu akakwenzanga kwaba yize ukuhlakanipha kwaleli zwe na?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ