Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UmShumayeli 6:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Wonke umshikashika womuntu wenzelwa umlomo wakhe, kepha inkanuko ayisuthi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Wonke umshikashika womuntu wenzelwa umlomo wakhe, nokho iphango alaneliswa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

7 Konke umuntu akusebenzelayo kuya emlonyeni wakhe, kodwa akaneliswa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UmShumayeli 6:7
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Osebenzayo uzikhandlekela; ngoba umlomo wakhe uyakufuna kuye.


Konke kugcwele umshikashika; umuntu akanakukukhuluma: iso alisuthi ngokubona, nendlebe ayisuthi ngokuzwa.


Othanda isiliva akayikusutha ngemali; nothanda inala akanenzuzo; nalokhu kuyize.


Inzuzo yomhlaba ngeyabo bonke; inkosi ikhonza emasimini.


Uma umuntu ezala abantwana abayikhulu, aphile iminyaka eminingi, zibe ziningi izinsuku zeminyaka yakhe, nomphefumulo wakhe ungasuthi ngokuhle, futhi angabi nakumbelwa; Ngithi, ukuzalwa okungakafiki kuhle kunaye.


Ngokuba ohlakaniphileyo unenani elingaphezu kwesiwula na? uyini ompofu okwaziyo ukuhamba phambi kwabaphilayo na?


Ngalokho ngithi kini: Ningakhathazeki ngokuphila kwenu, ukuthi niyakudlani noma niyakuphuzani; nomzimba wenu ukuthi niyakwembathani. Ukuphila kakukhulu yini kunokudla, nomzimba kunesambatho?


Ngizakuthi kuwo umphefumulo wami: Mphefumulo, ulempahla enengi ebekelelwe iminyaka eminengi; khululeka, udle, uphuze, ujabule.


Ningasebenzeli ukudla okuphelayo, kodwa ukudla okuhlala kuze kube ngukuphila okuphakade, eyonipha khona iNdodana yomuntu;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ