Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UMikha 6:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Ngingababala ngimsulwa ngilesilinganiso esibi kanye lesaka lezisindo zenkohliso?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 “Ukhona ohlanzekile onesilinganiso esibi nesikhwama sezisindo ezikhohlisayo na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

11 Ngingathalalisa yini ngezikali zokuqola nesaka lesisindo sobuqili na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UMikha 6:11
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Isikali esikhohlisayo siyisinengiso kuJehova, kepha isisindo esihle siyintokozo yakhe.


Isisindo nesikali esilungile kungokukaJehova; zonke izisindo zesikhwama zingumsebenzi wakhe.


Izisindo ngezilinganiso nezilinganiso ezahlukene, kuyisinengiso kuJehova kokubili.


Niyakuba nesilinganiso esihle, ne-efa elihle, nebhati elihle;


Ungumthengisi, izilinganiso zenkohliso zisesandleni sakhe; uthanda ukucindezela.


Kuphela niyakuba nezikali, nezilinganiso ezinhle, ne-efa elihle, nehini elihle; nginguJehova uNkulunkulu wenu owanikhipha ezweni laseGibithe.


Lathi: Kuzaphela nini ukwethwasa kwenyanga ukuze sithengise amabele? nesabatha, ukuze sihlukanise ukolweni ngokunciphisa i-efa neshekeli libe likhulu, sikhohlise isikali ngobuqili?


Wathi: “Kubi lokhu.” Wayiphonsa phakathi kwe-efa; waphonsa isisindo somthofu emlonyeni wayo.


Kungenzeka ungabi nezisindo ezahlukene esikhwameni sakho, ezinkulu nezincane.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ