UMalaki 3:16 - Contemporary Zulu Bible 202416 Abamesabayo uJehova bakhulumisana bodwa; အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE16 Khona abamesabayo uJehova bakhuluma bodwa omunye nomunye; uJehova waqaphela, wezwa, kwalotshwa phambi kwakhe incwadi yokukhumbula ababemesaba uJehova, bezindla ngegama lakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202016 Kuthi lapho abamesabayo uSimakade uma bekhuluma bodwa omunye nomunye; uSimakade akulalelisise, akuzwe lokho, bese kubhalwa phambi kwakhe encwadini yokukhumbula abamesabayo uSimakade, labo abalihloniphayo iGama lakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |