Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 9:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 OMose no-Aroni bangena etendeni lokuhlangana, baphuma, babusisa abantu; yayisibonakala inkazimulo kaJehova kubantu bonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 OMose no-Aroni bangena etendeni lokuhlangana, babuye baphuma, bababusisa abantu; yayisibonakala inkazimulo kaJehova kubantu bonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

23 UMose no-Aroni bangena ethendeni lokuhlangana, babuye baphuma, babusisa abantu. Inkazimulo kaSimakade bayibona bonke abantu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 9:23
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

USolomoni eseqedile ukukhuleka, kwehla umlilo ezulwini, wadla umnikelo wokushiswa nezisulu; inkazimulo kaJehova yagcwalisa indlu.


U-Aroni esakhuluma kuyo yonke inhlangano yabantwana bakwa-Israyeli, babheka ngasehlane, bheka, inkazimulo kaJehova yabonakala efwini.


UMose wawubheka wonke umsebenzi, bheka, bawenza njengokuyala kukaJehova, bawenza; uMose wababusisa.


nenkunzi nenqama kube ngumnikelo wokubonga wokuhlatshelwa phambi kukaJehova; nomnikelo wempuphu oxutshwe namafutha, ngokuba namuhla uJehova uyakubonakala kini.


Wayesethi uMose: “Nansi into uJehova aniyale ngayo ukuba niyenze: futhi inkazimulo yeNkosi izobonakala kini.


Kodwa ibandla lonke lalaya ukuthi bakhandwe ngamatshe. Inkazimulo kaJehova yabonakala etendeni lokuhlangana phambi kwabo bonke abantwana bakwa-Israyeli.


UKora wabutha ibandla lonke ngokumelene nabo ngasemnyango wetende lokuhlangana, futhi inkazimulo yeNkosi yabonakala kuyo yonke inhlangano.


Inhlangano yababuthanela oMose no-Aroni, babheka ngasetendeni lokuhlangana; bheka, ifu lasibekela, nenkazimulo yeNkosi yabonakala.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ