Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 9:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 Waletha umnikelo womlilo, wagcwalisa isandla kuwo, wawushisa e-altare, ngomnikelo wokushiswa wasekuseni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Wayeseletha umnikelo wempuphu, wagcwalisa isandla sakhe ngawo, wawushisa e-altare ngaphandle komnikelo wokushiswa wasekuseni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

17 Waletha nomnikelo wokusanhlamvu, wagcwalisa isandla sakhe ngawo, wawushisa e-althare ngaphandle komnikelo wokushiswa wasekuseni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 9:17
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

ukuba banikele njalonjalo iminikelo yokushiswa kuJehova ekuseni nakusihlwa e-altare lomnikelo wokushiswa, benze njengakho konke okulotshiweyo emthethweni kaJehova awuyala u-Israyeli;


USolomoni wasethumela kuHiramu inkosi yeTire ukuthi: Njengoba wenza kubaba uDavida, wamthumelela imisedari yokuzakhela indlu yokuhlala, yenza njalo kimi.


Amadodana ka-Aroni ayakukushisa e-altare phezu komnikelo wokushiswa ophezu kwezinkuni ezisemlilweni; kungumnikelo womlilo wephunga elimnandi kuJehova.


Kwathi ngosuku lwesishiyagalombili uMose wabiza u-Aroni namadodana akhe namalunga akwa-Israyeli;


UJesu wayesethi kubo: “Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Uma ningayidli inyama yeNdodana yomuntu, niphuze igazi layo, aninakuphila kini.


Ngibethelwe kanye noKristu, nokho ngiyaphila; nokho akumina, kodwa uKristu uphila kimi, nokuphila engikuphila manje enyameni ngikuphila ngokukholwa yiNdodana kaNkulunkulu eyangithandayo, yazinikela ngenxa yami.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ