Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 8:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Wamfaka isigqoko ekhanda; nasesigqokweni ngaphambili, wafaka ungcwecwe wegolide, umqhele ongcwele; njengalokho uJehova emyalile uMose.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Wafaka isigqoko ekhanda lakhe, nasesigqokweni ngaphambili wafaka ungcwecwe wegolide, umqhele ongcwele, njengalokho uJehova emyalile uMose.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Wamethwesa iqhiya ekhanda, ngaphambili ebunzini wamfaka ucwecwe lwegolide, umqhele wobungcwele, njengalokho uSimakade ayemyalile uMose.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 8:9
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Futhi lezi yizingubo abayozenza; isihlangu sesifuba, nendwangu yamahlombe, nejazi, nejazi elelukiweyo, nesigqoko, nebhande; futhi kumelwe benzele umfowenu u-Aroni namadodana akhe izingubo ezingcwele, ukuze angikhonze njengompristi.


Kumelwe ubeke umshuqulo ekhanda lakhe futhi ubeke umqhele ongcwele phezu kwesigqoko.


UMose wenza-ke; njengalokho uJehova emyalile, wenze njalo.


Wageza izibilini namathambo ngamanzi; uMose wayishisa yonke inqama e-altare; kwakungumnikelo wokushiswa wephunga elimnandi nomnikelo womlilo kuJehova; njengalokho uJehova emyalile uMose.


U-Aroni namadodana akhe benza konke uJehova ayala ngakho ngenkonzo kaMose.


Ngasengisithi: Kabamthwese isigqoko esihle ekhanda. Bamgqokisa isigqoko esihle ekhanda, bamembathisa izingubo. Ingelosi kaJehova yema eduze.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ