1 UJehova wakhuluma kuMose, wathi:
1 USimakade wakhuluma kuMose, wathi:
Ungebi.
Uma umuntu eba inkabi noma imvu, ayihlabe, noma athengise ngayo; uyakubuyisela izinkomo ezinhlanu ngenkomo, nezimvu ezine ngemvu.
Uma umuntu enika umakhelwane wakhe imali noma impahla ukuba ayigcine, bese yebiwa endlini yalowo muntu; uma isela lifunyanwa, malikhokhe kabili.
Uyakunikela ngomnikelo wawo wecala kuJehova ngasemnyango wetende lokuhlangana, inqama ibe ngumnikelo wecala.
Kungumnikelo wecala; impela weqile kuJehova.
Uma umuntu ona, enze icala kuJehova, aqambe amanga kumakhelwane wakhe kulokho akunikelwe ukuba akulondoloze, noma ngenhlanganyelo, noma ngento ethathwe ngendluzula, noma ekhohlisile umakhelwane wakhe;
Lowo phakathi kwamadodana ka-Aroni oletha igazi leminikelo yokuthula namanoni uyakuba nomlenze wokunene ube yisabelo sakhe.
UZakewu wema wathi eNkosini; Bheka, Nkosi, inxenye yempahla yami ngiyipha abampofu; futhi uma ngithathe utho kumuntu ngamanga, ngimbuyisela ngokuphindwe kane.