Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 5:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Kumelwe awulethe kumpristi, okufanele alungise umnikelo wesono kuqala futhi asuse ikhanda lawo entanyeni yawo, kodwa angawuhlukanisi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 awalethe kumpristi oyakunikela ngelomnikelo wesono kuqala, alishumpule inhloko entanyeni, angalidabuli kodwa,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

8 Uyakuwaletha kumphristi, alethe kuqala elomnikelo wesono, alishuphule ikhanda entanyeni, kodwa angalehlukanisi nalo,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 5:8
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Umpristi kumelwe awulethe e-altare, asuse ikhanda lawo, awuthungele ngomlilo e-altare; igazi lawo lichithelwe eceleni kwe-altare.


Uyakuliqhekeza ngamaphiko akhe, angalidabuli libe yizicucu; umpristi awuthungele e-altare phezu kwezinkuni ezisemlilweni; kungumnikelo wokushiswa, umnikelo womlilo, iphunga elimnandi kuJehova.


owanikelwa ngenxa yeziphambeko zethu, wabuye wavuswa ukuze silungisiswe.


Ngokuba noKristu wahlupheka kwaba kanye ngenxa yezono, olungileyo ngenxa yabangalungile, ukuze asiyise kuNkulunkulu, ebulawa enyameni, kodwa ephiliswa ngoMoya;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ