Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 4:32 - Contemporary Zulu Bible 2024

32 Uma eletha iwundlu libe ngumnikelo wesono, kumelwe alethe imvukazi engenasici.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 “ ‘Uma eletha iwundlu libe ngumnikelo wakhe wesono, woletha insikazi engenasici.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

32 “ ‘Uma elethe iwundlu laba ngumnikelo wakhe wesono, uyoletha insikazi engenasici.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 4:32
19 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Khulumani kuyo yonke inhlangano yakwa-Israyeli, nithi: Ngolweshumi lwale nyanga bayakuzithathela yilowo nalowo imvu ngokwezindlu zawoyise, iwundlu ngendlu.


Iwundlu lakho kumelwe libe elingenasici, eliduna elinonyaka owodwa; uyakulithatha ezimvini noma ezimbuzini.


Wacindezelwa, waba lusizi, kepha akawuvulanga umlomo wakhe; njengewundlu uyiswa ekuhlatshweni, nanjengemvu isimungulu phambi kwabagundi bayo, kanjalo akawuvuli umlomo wakhe.


Uma umhlatshelo wakhe ungumnikelo wokushiswa wezinkomo, uyakuletha iduna elingenasici; woliletha ngokuzithandela phambi kukaJehova ngasemnyango wetende lokuhlangana.


Uma isono sakhe one ngaso saziwa, uyakunikela ngomhlatshelo wakhe, izinyane lemvukazi elingenasici ngenxa yesono sakhe osenzileyo.


Kumelwe alethe umnikelo wawo wecala kuJehova ngenxa yesono sakhe one ngaso, imvukazi yasemhlambini, noma iwundlu noma izinyane lembuzi, ibe ngumnikelo wesono; futhi umpristi kumelwe awenzele isihlawulelo ngesono sawo.


Ingelosi yaphendula, yathi kuye: “UMoya oNgcwele uzakuza phezu kwakho, namandla oPhezukonke akusibekele;


Ngangomuso wabona uJesu eza kuye, wathi: “Bheka, iWundlu likaNkulunkulu, elisusa izono zezwe.


Ebona uJesu ehamba, wathi: “Bheka, iWundlu likaNkulunkulu!


ukuze azimise phambi kwakhe ibandla elinenkazimulo, elingenasisihla, noma umbimbi, nanto enjalo; kodwa ukuthi libe ngcwele njalo lingelasici.


Ngokuba umpristi omkhulu onjalo usifanele, ongcwele, ongenacala, ongenabala, owahlukanisiwe nezoni, ophakanyiswe ngaphezu kwamazulu;


Kakhulu kangakanani igazi likaKristu owazinikela ngoMoya ophakade engenasici kuNkulunkulu, liyakuhlambulula unembeza wenu emisebenzini efileyo, ukuze nikhonze uNkulunkulu ophilayo na?


ongonanga, nenkohliso ayitholwanga emlonyeni wakhe;


Yena owathwala izono zethu emzimbeni wakhe emthini, ukuze thina sesifile ezonweni siphile ekulungeni, omivimbo yakhe naphulukiswa ngayo.


Ngokuba noKristu wahlupheka kwaba kanye ngenxa yezono, olungileyo ngenxa yabangalungile, ukuze asiyise kuNkulunkulu, ebulawa enyameni, kodwa ephiliswa ngoMoya;


Ngasengibona, khangela-ke, phakathi kwesihlalo sobukhosi lezidalwa ezine eziphilayo, laphakathi kwabadala, kumi iWundlu linjengokuhlatshiwe, linezimpondo eziyisikhombisa lamehlo ayisikhombisa, angoMoya abayisikhombisa bezulu. UNkulunkulu wathumela emhlabeni wonke.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ