ULevitikusi 4:27 - Contemporary Zulu Bible 202427 Uma omunye wabantu bezizwe ona ngokungazi, enze utho oluphambene nanoma yimuphi wemiyalo kaJehova okungafanele kwenziwe, abe necala; အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE27 “ ‘Uma kona umuntukazana, enza kungengamabomu noma yikuphi kuyo imiyalo uJehova ayale ngakho ukuthi akunakwenziwa, aze abe necala, အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202027 “ ‘Uma umuntu ona engahlosile, ephula noma yimuphi umyalo kaSimakade ayale ukuba ungephulwa, aze azilethele icala, အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Kuyakuba ngeyesikhulu ukuletha iminikelo yokushiswa, neminikelo yokudla, neminikelo yokuphuzwayo ngemikhosi, nangokuthwasa kwenyanga, nangamasabatha, ngayo yonke imikhosi yendlu yakwa-Israyeli; kumelwe alungise umnikelo wesono. Nomnikelo wempuphu, nomnikelo wokushiswa, neminikelo yokuthula, ukwenzela indlu yakwa-Israyeli ukubuyisana.