Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 27:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Uma kusukela koneminyaka eyisihlanu kuya koneminyaka engamashumi amabili, ukulinganisa kwakho owesilisa kuyakuba ngamashekeli angamashumi amabili, nokowesifazane amashekeli ayishumi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Uma kusukela koneminyaka eyisihlanu kuze kube koneminyaka engamashumi amabili, ukulinganisa kwakho owesilisa kuyakuba ngamashekeli* angamashumi amabili, nowesifazane amashekeli ayishumi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

5 Uma kungowesilisa oneminyaka emihlanu kuya kwengama-20, kuyakuba ngokulinganisa kwenu ngowesilisa amashekeli angama-20, kowesifazane amashekeli alishumi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 27:5
3 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwase kudlula abathengi bakwaMidiyani; bamkhipha uJosefa emgodini, bakhuphula uJosefa, bathengisa ngoJosefa kuma-Ishmayeli ngamashekeli angamashumi amabili esiliva; bamyisa uJosefa eGibithe.


Uma kungowesifazane, ukulinganisa kwakho kuyakuba ngamashekeli angamashumi amathathu.


Uma kusukela konenyanga kuye koneminyaka eyisihlanu, ukulinganisa kwakho owesilisa kuyakuba ngamashekeli ayisihlanu esiliva, ukulinganisa kwakho owesifazane kuyakuba ngamashekeli amathathu esiliva.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ