Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 27:34 - Contemporary Zulu Bible 2024

34 Le yimiyalo uJehova uMose eyayala ngayo abantwana bakwa-Israyeli entabeni yaseSinayi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 Leyo iyimiyalo uJehova ayala ngayo uMose ngabantwana bakwa-Israyeli entabeni yaseSinayi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

34 Le yimiyalo uSimakade ayala ngayo uMose ngabantu bakwa-Israyeli entabeni iSinayi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 27:34
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Lezi ziyizimiso nezahlulelo nemithetho uJehova ayenza phakathi kwakhe nabantwana bakwa-Israyeli entabeni yaseSinayi ngenkonzo kaMose.


uJehova ayala ngakho uMose entabeni yaseSinayi ngosuku eyala ngalo abantwana bakwa-Israyeli ukuba balethe iminikelo yabo kuJehova ehlane laseSinayi.


INkosi yasikhuluma kuMozisi enkangala yeSinayi ethenteni lenhlangano, ngolokuqala lwenyanga yesibili, ngomnyaka wesibili emva kokuphuma kwabo elizweni leGibhithe, yathi:


Kungumnikelo oshiswa imihla yonke, omisiwe entabeni yaseSinayi, ube yiphunga elimnandi, umnikelo womlilo kuJehova.


Lezi ziyizizukulwane zika-Aroni noMose ngosuku uJehova akhuluma ngalo kuMose entabeni yaseSinayi.


Le yimiyalo nezahlulelo uJehova ayala ngakho ngesandla sikaMose kubantwana bakwa-Israyeli emathafeni akwaMowabi ngaseJordani ngaseJeriko.


Ngokuba umthetho wanikezwa ngoMose, umusa neqiniso kwavela ngoJesu Kristu.


Kwathi ngomnyaka wamashumi amane, ngenyanga yeshumi nanye, ngolokuqala lwenyanga, uMose wakhuluma kubantwana bakwa-Israyeli njengakho konke uJehova ayebayale ngakho;


Lawa angamazwi esivumelwano uJehova ayala ngaso uMose ukuba asenze nabantwana bakwa-Israyeli ezweni lakwaMowabi ngaphandle kwesivumelwano asenza nabo eHorebe.


Lezi ziyibufakazi, nezimiso, nezahlulelo uMose azikhuluma kubantwana bakwa-Israyeli ekuphumeni kwabo eGibithe;


Bhekani, nginifundisile izimiso nezahlulelo, njengalokho uJehova uNkulunkulu wami engiyalile, ukuba nenze kanjalo ezweni eningena kulo ukulidla.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ