Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 27:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Tshono ebantwaneni bakoIsrayeli uthi kibo: Uba umuntu enze isithembiso esisodwa, abantu ngokulinganisa kwenu bazakuba ngekaJehova.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 “Yisho kubantwana bakwa-Israyeli, uthi kubo: ‘Nxa umuntu enza isithembiso esithile, lapho uyakulinganisa abantu kuJehova,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 “Yisho kubantu bakwa-Israyeli, uthi kubo: ‘Uma umuntu enquma ukwenza isithembiso esithile kuSimakade, esiyisilinganiso ngomuntu,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 27:2
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Abapristi mabazithathele yona, kube yilowo nalowo ngokwazi kwakhe, balungise izimfa zendlu, lapho kutholwa khona ukubhodloka.


Ngokuba iphupho liza ngobuningi bezindaba; izwi lesiwula laziwa ngamazwi amaningi.


U-Israyeli wenza isithembiso kuJehova, wathi: “Uma ngempela unikela laba bantu esandleni sami, ngiyakushaya imizi yabo ngesiqalekiso.


Uma owesifazane enza isithembiso kuJehova, azibophe ngesibopho esendlini kayise ebusheni bakhe;


Tshono ebantwaneni bakoIsrayeli uthi kibo: Nxa indoda kumbe owesifazana ezahlukanisa ukwenza isithembiso somNaziri, ukuzahlukanisela eNkosini;


Lapho ungena esivinini somakhelwane wakho, ungadla izithelo zomvini ngokuthanda kwakho; kodwa akumelwe uthele lutho emgqonyeni wakho.


Kwathi ekupheleni kwezinyanga ezimbili yabuyela kuyise, owenza kuyo njengesithembiso sakhe asithembisayo; futhi wayengazi muntu. Futhi kwaba umkhuba kwa-Israyeli,


Wenza isithembiso, wathi: “Jehova Sebawoti, uma ukhumbula ukuhlupheka kwencekukazi yakho nami, futhi ungayikhohlwa incekukazi yakho, kepha unike incekukazi yakho indodana, ngiyakumnika uJehova izinsuku zonke zezwe. Ukuphila kwakhe, nempuco ayiyikuwela ekhanda lakhe.


Ngalokho nami ngimnike uJehova; zonke izinsuku zokuphila kwakhe uyakuba ngobolekiwe kuJehova. Wakhuleka kuJehova khona.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ