ULevitikusi 24:8 - Contemporary Zulu Bible 20248 Isabatha ngalinye uyakukuhlela phambi kukaJehova njalo, kususwe kubantwana bakwa-Israyeli ngesivumelwano esiphakade. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE8 Amasabatha ngamasabatha uyakuzihlela phambi kukaJehova njalo; kungenxa yabantwana bakwa-Israyeli, kuyisivumelwano esiphakade. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20208 Amasabatha ngamasabatha, uyakuzihlela njalo phambi kukaSimakade, njengokuzinikela kwabantu bakwa-Israyeli, nanjengesivumelwano esiphakade. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Bheka, ngakhela igama likaJehova uNkulunkulu wami indlu ukuba ngiyingcwelise, ngishise impepho phambi kwakhe, kube yizinkwa zokubukwa njalonjalo, kube ngeminikelo yokushiswa ekuseni nakusihlwa ngamasabatha nangokwethwasa kwenyanga, emikhosini kaJehova uNkulunkulu wethu. Lokhu kungumthetho waphakade kwa-Israyeli.